Ayasha amahlathi emiphundlaphundla ebamba inkunzi

Ayasha amahlathi emiphundlaphundla ebamba inkunzi

Ayasha amahlathi alezigelekeqe ezincane ezizobolela ejele ngenxa yokuba yimiphundlaphundla eyenza ubugebengu. Laba abasesithombeni bathathwe yi camera yemoto abayibambe inkunzi, esebenza ngohlobo lwe Uber/Bolt eNewlands West. Ukuba wuvanzi lwalesisithombe kuholele ekutheni omunye akhonjwe khona Newlands ku Seabass Road kanti omunye kukholakala ukuthi ubaleke wayocasha eNanda. Iyasiza yona isoicial media ngoba izigebengu eziningi zibanjwa ngoba zifakwe ezinkundleni zokuxhumana. EzikaMkhwanazi sezithembise ukuthi basezithendeni zalabafana.

Comments

No comments yet. Why don’t you start the discussion?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *