


Abe MMarch and March eholwa ngu Nkk Jacinta MaNgobese Zuma usethule ngokusemthethweni inamba ka WhatsApp evulelwe labo abathi abazitholi izikhala zokufaka abantwana babo ezikoleni. Kuke kwanomsindo kwelinye ikhasi laku Facebook abazali bekhala ngokugcwala kwabantu bokufika kuleli abagcwalise ezikoleni bona abasakwazinukuthola ukuthola izikhala.
