inhlanhla yase Dlangezwa High

inhlanhla yase Dlangezwa High

UMEC wakwa- EDTEA uMfu. Musa Zondi namhlanje umukelise abafundi baseDlangwezwa High, ngamathuluzi azobalekelela ukuthi bazijicele ukuba onjiniyela, ososayensi nosomabhizinisi bakusasa. Uthe uzizwa ejabule kakhulu ukuzobona ekusisikole okuyisona esamfundisa ukuziphatha, ukubaluleka kwemfundo kanye nokusebenza kanzima, njengoba naye wake waba umfundi kuso lesiskole.
Unxuse abazali noThisha ukuthi baqhubeke nokweseka abafundi ukuze isiFundazwe sibe nabaholi bakusasa abaqotho.

Comments

No comments yet. Why don’t you start the discussion?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *