Kuqhume isililo imindeni nezihlobo zalabo obekukholakala ukuthi bebewuhlupho emphakathini futhi befunwa phansi phezulu amaphoyisa ngezinsolo zobugebengu obuningi ababalwa kubo. Labasolwa abahlanu batholane phezulu nezikadalawane kwaBester nokuyindawo eyakhelene neNanda kanye naKwaMashu
Khona manjalo omakhelwane bale baphetha ukuthi imizimba idabule emagcekeni abo. Uzwakala ethi okunye bona banezingane zincane, akukwazi kithi kungadlila isdumbu egcekeni, azwakale nomunye ephendula ethi, “kodwa nithi niwomakhelwane uma nisho”.
Buka ama video athathwe umthwebuli uDoctor Ngcobo

