Yayinhle into yezingane

Yayinhle into yezingane

Isisho sithi “Ubudoda abukhulelwa”. Usephumile esigabeni sokuba umfana okanye ukuba insizwa, kodwa usenguMnumzane ophelele uThulani Zondi obeyozishaya zanko ekhweni lakhe. LobuMnumzane ubenze ngentombi emhlophe qwa uSbongakonke Mazibuko. Umcimbi obuhanjelwe imimdeni yomibili ubuseMzinyathi ekhaya likaNkk Sthembile Mazibuko onguMama kaMakoti. UMama kamkhwenyana UNkz Thembeni Zondi uthi ziyamangaza izinqumo ezithathwa indoda a yakhe yize incane. Uthi konke akwenzayo ucabangisa okwendoda le aseyiyo namhlanje. Sekusele umshado omhlophe ngoba konke sekuya ngasekupheleni

UThulani Zondi nengoduso yakhe uSbonga Mazibuko
UMama kamkhwenyana uThembani no Gogo kamkhwenyana uMfu E Zondi kanye nomakoti wabo
Kwesobunxele uNkk Sthembile onguMama kaMakoti
UGogo noMakoti
Abazali nabazalwa
Umndeni owodwa
Halala kaMazibuko

Comments

No comments yet. Why don’t you start the discussion?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *