Ibe yinhle kakhulu inkonzo yesikhumbuzo sobengumsakazi uNkz Ndoni Radebe ebisebandleni i-eThekwini Community Church. Inkonzo yakhe bekuhlangene imisakazo yonke uNdoni ake asebenza kuyo kusuka kwi Khonza Nathi (KNI), kwaba iVuma 103 FM nokugcine esekwi Nanda 88.4FM.

Mama Chili ebhonga emswanini

Dkt Sambulo Nkwanyana

Abasakazi be Inanda 88.4FM

Mfu Mabuyi Nzama, uMphathi wohlelo

Mshumayeli wezwi likaNkulunkulu, Sphumelele Mbambo

