Namuhla kuvulwe ngokusemthethweni amahhovisi aseMaphinda Funeral Group eMgungundlovu. Lelihhovisi likwinxanxathela yezitolo e-Edendale. Kugqame kakhulu ukwesekwa umndeni wakhe u Nhlanhla Duke Gwala uMaphinda lapho bekukhona khona abazali bobalili, odadewabo, abantwana, izihlobo kanye noNkosikazi wakhe uLungile MaNzama Gwala. Okuhleke ngoMaphinda Funeral ukuthi uthola yonke into kusuka ekungcwatshweni ngesizotha, kwazise banamabhokisi ohlobo oluphambili abizayo ngokwenani, kodwa uma ujoyine kubo uyolithola ngentengo ethobisayo. Banawo namatshe kanye neNkomo. Akhona amanye amahhovisi abo eThekwini, ePinetown naKwaMashu. Ungabathinta ku-0620226978 okanye ubaWhatsape ku 0680764305
Buka ivideo evula ngokusemthethweni ebonga nakubobonke ikakhulukazi uMkakhe ngokumeseka





