


Besijiyile isimo namuhla kwi March and March ebiseThekwini ibheke ePhoyinti nokuyindawo egcwele abokufika. UJacinta ucasuke wathelwa ngamanzi kwelinye lamabhili bethela abantu ngopende. Ngalesisenzo bekumele kube khona ababoshwayo ngoba yenzeke phambi kwamaphoyisa omthetho. Amaqembu ezepolitiki asaqhubeka nokuba yingxenye. Namuhla bekukhona nabebala elimhlophe abathi nabo ongenaphepha lemvume yokuba eMzansi, ubumelekile ukubuyela kwelakubo
Buka ama video
