
Busie Zondi
Kungabe uuyangabaza ukuza enkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida ngenxa yokunqena isiminyaminya? Khululeka, uPrasa uthi ena, dedela igazi upakishe wena nomndeni wakho nizokweseka amaqembu enu ebhola eniwathandayo. Bathi uzopaka imoto ugibele estimeleni, pho zinhle yini we babo. Zibukele wena mampa bechaza ngenhla.
