





Video:Gagasi Fm
Bekushunqa intuthu kuphela emcimbini obuse Blue Lagoon eThekwini obizwa nge eThekwini Shisanyama Festival. Lomcimbi oqale emini, kodwa lithe selizilahla kunina, kwavele kwasweleka nendawo yokuhlala. Ezokuphepha beziqinile, kanti U Dj Merlon, uDj Happy Girl kanye no Dj Chinaman bebesemapuletini bejayvisa abantu.
