Uqome esisodwa kwizicelo zabantu uRamaphosa

Uqome esisodwa kwizicelo zabantu uRamaphosa

UMongameli weZwe UMnu Cyril Ramaphosa usethe cha, abantu mabazi ukuthi yena usahleli kwesobuMongameli, akakazokuphuma. Lezizindaba uzethule bukhoma kuhlelo obeliyisipesheli ku SABC 2.
“Baningi bengicela ukuthi ngesule kwesobuMongameli, kanti bakhona nabathi isikhathi sokusula yiso esingakafiki. Ngakho namuhla ngizomemezela ngiqinisekise ukuthi ngiqome ukungaphumi manje esikhundleni kuze kube kuphela amacala ami”, kusho yena.
URamaphosa uphinde wathi, uma engasula manje njengoba kusanalelicala elisenkantolo lezindodla ezatholakala epulazini lakhe, uthi lokho ukungasho ukuthi uyalivima icala abekwe lona, kuyena asathi izinsolo.

Comments

No comments yet. Why don’t you start the discussion?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *