Kuthulwe ngokusemthethweni inyanga yezokuVaksha

Kuthulwe ngokusemthethweni inyanga yezokuVaksha

Busisiwe Zondi

KUTHULWE ngokusemthethweni inyanga yezokuVaksha Kwa Zulu Natal. Ungqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho ezokuVakasha nokoNgiwa kweMvelo uMfu Musa Zondi ngokubambisana ne-The KwaZulu Natal Tourism and Film Authority (KZNTAFA), bathule izinhlelo ezizokwenzeka ngalenyanga yezokuVakasha e-KZN. Isiqubulo salonyaka sithi-Tourism and Sustainable Transformation.
Umcimbi wenzelwe endaweni eyaziwa nge-Indoni Bar and Grill eDlangezwa nokuyilapho uNondaba athe ujbue kakhulu ukuba khona ngoba basendaweni enhle futhi ephethwe umuntu osamusha. Ubonge i-KZNTAFA ngokubaletha kulendawo.

Isithombe: Mleesa Images

Comments

No comments yet. Why don’t you start the discussion?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *