Ni late kakhulu-Othandweni

Ni late kakhulu-Othandweni

ISILO samaBandla iNkosi Misuzulu sikhale ngo kwehla kwezinga lokungani nokuganwa. Othisha benkulisa yas’Othandweni Day Care eNtuzuma A, bavele bathi abafundise odado babo ukuthi isenzo sokulobola sihamba kanjani. Baqale bafundiswa base benziswa samdlalo. Indlela abenze ngayo bekungathi benza indlela abake bayihamba.

Lalela bekhululeka

4 Comments

  1. Grace nomusa shange

    Kwaze kwakuhle
    Wamuhle umsebenzi owenziwa
    Othisha,Siyabonga bazokhula ,beziqenya ngobuzwe babo

  2. MISS FUNDISWA S NKWANYANA

    Zaze zazinhle izingane zethu….. Lihamba phambili I othandweni

  3. Siphindile Maphumulo

    Othandweni angizisoli ngendlela banesneke ngayo laba bazali abawothisha ngeyngane zethu alukho ulwazi ababancisha lona abantwana. Sibonga asiqedi singabazali

  4. Melissa

    Baze babahle abantwana…..😍kuhle izingane zifunde ngamasiko zise ncane , mihle imsebenzi ye Skole 🙏🤍

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *