Ucela ukwesekwa owadonsela eloku”bulala” uShabalala

Ucela ukwesekwa owadonsela eloku”bulala” uShabalala

Lalela uNkosinathi Mbopha Chiya ezikhulumela

Busie Zondi

Icala likaMbopha liyinkiyankiya. Emuva kweminyaka namanje indodaba kaMaZulu ayikakutholi ukukhululeka. Uyanxusa ukuba kusasa nigcwale izithuthi niyomeseka ukuba lelicala alifike esiphethweni ukuze naye impilo yakhe kucace ukuthi ibhekephi. 2005 uMbopha waboshelwe ukusolwa ngokubulala owayephethe iLindelani ewumholi weqembu le IFP uMnu Mandla Thomas Shabalala. Ngo2006 wanikwa udilika, kodwa emuva kweminyaka eyiskhombisa edonsa, wabe esededelwa ngebheyili. Kusuka lapho namanje usavela enkantolo.

2 Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *