Ziwinele amathikithi ka Ayanda Ntanzi

Ziwinele amathikithi ka Ayanda Ntanzi

Phuthuma kwikhasi lika Facebook lase Durban ICC uphendule umbuzo othi “Yini igama eliphelele lomcimbi Ka Ayanda Ntanzi?” uzibeke ethubeni lokuwina amathikithi amabili e One MAN show mhlaka 11 e-ICC. Ophumelele uzimemezelwa ngoLwesihlanu.

Kumusizile u-Ayanda ngokungasabi ukuvela obala ngomuzwa anaqe nge March and March. Lokhu sekwenze abantu bachema udede naye nokuthenga amathikithi edili lakhe lomculo elizoba mhlaka 11 kuyo lenyanga ka Julayi. Thola yonke imininingwane ngezansi bese uyaphuthuma nawe uyoseka u-Ayanda Ntanzi kwi One Man Show yakhe.

Comments

No comments yet. Why don’t you start the discussion?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *